
作词 : Sandile Msimago/Nobuhle Khuzwayo
作曲 : Kabelo Motha
Wathi dudlu ntombi ngiyakuthanda
ngathi ayi
webhuti udlala ngami
Wathi ufun’Ukubona Abazali
Nami Ngavuma
nami ngavuma
zimane zibe kude
izintaba ezifihla wena
oh zimane zibe kude
izintaba ezifihla wena
oh dali my dululu love
vel’ulethe izinkomo zikababa
ekhaya
oh dali my dululu love
vel’ulethe izinkomo zikababa
ekhaya
kikiza ma
giya webaba
nami sengithol’umuntu
uthando lwamanje ngiyalwesabq
ngiyabonga dali
ngiyabonga dali
oh dali my dululu love
vel’ulethe izinkomo zikababa
ekhaya
oh dali my dululu love
vel’ulethe izinkomo zikababa
ekhaya
kikiza ma
giya webaba
nami sengithol’umuntu
uthando lwamanje ngiyalwesabq
ngiyabonga dali
ngiyabonga dali
awu yee
awu yee
awu ye
awu ye
awu ye
awu ye
ehhe
eyoo
eyoo
Wentombi Ayishelwa
ziyeza ziphelele
Tshela Abomalume
Siyofika Ngengoma
Bath’Uthando Aluthengwa
Kodwa Nginama Phepha
Ngibon’Umndeni Esingawenza
ingakho ngikusondeza
Aw weNtombi Ayishelwa
iyinsizwa ziphelele
wakheth’ukuba lana
ayi
Aw weNtombi Ayishelwa
Ngizizwa Ngiphelele
Ingakho ngikuthanda
zimane zibe kude
izintaba ezifihla wena
oh zimane zibe kude
izintaba oh my love
zimane zibe kude
izintaba ezifihla wena
oh zimane zibe kude
izintaba ezifihla wena
(dilike)
oh dali my dululu love
ngizoziletha
izinkomo zikababa
ekhaya
oh dali my dululu love
ngizoziletha izinkomo zikababa
ekhaya
kikiza ma
giya webaba
nami sengithol’umuntu
uthando lwamanje ngiyalwesaba
ngiyabonga dali
ngiyabonga dali